IZINGXOXO EZAKHAYO

Sikwethulela izingxoxo ezakhayo, ngenhloso yokwabelana ngezindaba ezimnandi zevangeli, ukweluleka kanye nokuqinisa ukholo kanye nolwazi.
Weekly Zulu South Africa Education · Business
87 Episodes
1 – 20

UKUPHEPHA KOMNTWANA [ CHILD SAFETY]

UNqobile Precious Zungu ongusonhlalakahle e Phoenix Child Welfare ufundisa nokugcina abantwana bephephile. Okufanele sikwenze njengabazali nabaqaphi bezingane emakhaya, esikoleni nasemphakathini
13 Mar 6 min

OBESITY [ UKUPHULUPHALA NGOKWEQILE]

Sixoxa no Nozipho Maphumulo ovela kwa Heart and Stroke Foundation South Africa ngobungozi bokukhuluphala nezifo eziba wumthelela wokukhuluphala. Usifundisa indlela okumele sidle ngayo nokuzivocavoca
6 Mar 13 min

LULAMA ZONDI SINOTHANDO CARING FOR TEENS

ULulama Zondi ufundisa ngokubaluleka ngokuxoxa nokufundisa intsha ukugwema ukuba nabantwana singakafiki isikhathi. Ukubaluleka kokuxoxa komzali nomntwana ukuba balazi iqiniso
21 Feb 11 min

HEATSTROKE

UNozipho Maphumulo ophuma kwa Heart and stroke Foundation South Africa usichazela ngobungozi bokushisa nokushisa komzimba okungalela ekuguleni. Izinto okumele sizigweme uma kushisa kakhulu
14 Feb 4 min

VIOLENCE IN SCHOOLS

u Mnu. Mkhuseli Madiba [ Kagisano at Afesis] uxwayisa ngodlame olukhona ezikoleni nokubaluleka ukuthi wazi ukuthi ingane iphatheke kanjani eskoleni njengomzali. Izimbangela zodlame nokuthi lunganqandwa kanjani
17 Jan 7 min

16 DAYS OF ACTIVISM

UMkhuseli Madiba oyi Programme Officer kwa Kagisano, Afesis usichazela ngomsebenzi abawenzayo beyinhlangano ukulwisana nokuhlukunyezwa kwabantu besifazane nabantwana
29 Nov 2023 11 min

HOSTAGE SITUATION : UKUTHUNJWA

UConstable [f] Ngcobo uxwayisa ngokuthunjwa kwabantu. usifundisa izinto okumele sizenze futhi siziqaphe uma sizithola sikulesisimo
8 Nov 2023 7 min
1 – 20