UBhekana kanjani nokuqhelelana emshadweni I
--:--
Baningi abashadile abaxakekile ebudlelwaneni babo, okugcina kubiza ukuthi ukuqhelelana noma isehlukaniso sibe yisiphetho, ukuqeda iminjunju. La ohlelweni ezomndeni sizokhuluma ngesihloko esinzima sokuthi kubhekwana kanjani nokuqhelelana emshadweni, lesihloko simahlandla mabili.